|
|
|
Songs | Albums | Album Arts
| Song: | Ngixolele |
| Album: | Irene | Genres: | Reggae |
| Year: | 2010 |
Length: | 287 sec |
Lyricist: Senzo
Lyrics:
Wangiyala mhlangihamb' ekhaya mama Wathi kimi, mntanami hambakahle Uziphathe kahle lawuya khona, uhloniphe Abantu bakuleyondawo, ungazwani nabantu Abangalunganga,usebenz'ubuyekhaya,ungazikhohlwa Mntanami, ngafik'egoli ngawakhohlwa lawo mazwi, ngathol'a Bangani, yabulaw'imali.
Ngixolele Wemama wami (chorus) Ngixolele ...
Yaphel'imali ngaxala ngahlupheka Bangishiya ngakhumbul'amazwi akho Owawungiyala ngawo mama mhla ngihamb'ekhaya Ngafik'egoli ngawakhohlwa Lawo mazwi
|
All lyrics are property and copyright of their owners.
Copyright © 2002-2026. Zortam.com. All Rights Reserved.
|