Songs | Albums | Album Arts
Lyrics:
Lelizulu ngelobani? Ngelobamsebenzelayo uthixo Bona vuya ngoba bayophila phakade Bayokhala abany ngemini yomgwebo Belila izinyembezi ngoba bayoshabalala
CHORUS Baya vuya ngale becul'amahosanna VERSE 1 Lelijokwe lami lilula Ushilo usomandla zinikele Mzalwane uthol'ukuphila Okunaphakade Ufane no Abrahama Ufane no Elijah Ngenxola yomlilo bakuphukel'ekhaya ezulwini VERSE 3 Lelijokwe lami lilula ushilo usomandla Zinikele mzalwane uthol'ukuphila okunaphakade Ufane nemphuphuthe eyalila kuzodlul'ujesu Yathi ndodana ka davide mangibone,yabona CHORUS Bayombona ujesu namanxeba ezandleni ethi zanini Kimi Nina bakethiwe Bayokhala abanye ngemini enkulu yomgwebo Belil'izinyembezi ngoba bayoshabalala Bayo vuyo ngale becul'amahosanna CHORUS Baya vuya baya vuya baba baya vuya
Thanks to tabita
|