Lyrics:
Ubehamba ebusuku Eshisa imizi yabantu Bambambile bambambile Bambambile usathane Usenza umsebenzi wakhe wasesihogweni Wona esihogweni wabanjwa Umgqekezi omdala Bambambile bambambile Amahlathi asephelile Ngixolele izono zami Buya ungamkele Mpilompilo impilo enhle Mpilompilo impilo enhle Nyakanyaka nyaka omusha Nyakanyaka nyaka omusha Noma ningaxabana kodwa Hayi ngalesisikhathi Noma ningazondana Hayi ngalesisikhathi Noma ningahlebana kodwa Hayi ngalesisikhathi Noma ningashayana kodwa Hayi ngalesisikhathi Noma ningagxekana Hayi ngalesisikhathi Noma ningibulana kodwa Hayi ngalesisikhathi Zinyakanyaka nje Zinyakanyaka nje Indaba zomona Kuziphithiphithi nje Kuziphithiphithi nje Indaba zomona Ubehamba ebusuku Eshisa imizi yabantu Bambambile bambambile Bambambile usathane Amen hallelujah amen