Lyrics:
Onami ngaze ngamthola unkulunkulu Ngiyejabula Onami ngaze ngamthola Baba nomama Onami ngaze ngamthola unkulunkulu Ngiyejabula Abanye Abanye kade bamthola Sebeshaya bayadadlaza Ho mina ngisacathuza, Kodwa ngimtholile, Ngiyejabula Mfuneni eseseduze Mfuneni kuselithuba, Esenokutholakala Khona nawe, Uzojabula Nami ngaze ngamthola Nami ngaze ngamthola, unkulunkulu Nami ngaze ngamthola Sayishayingoma Nami ngaze ngamthola Ho ho Ngidedeleni ngiyekhaya Ngofike ngimtsheli ugogo ukuthi Ngizofike ngimtshele umama ukuthi Ngizotshela umkhulu ukuthi Ngofika ngimtshele ubaba ukuthi Nami ngaze ngamthola unkulunkulu Hhawu ngamthola unkulunkulu Amen